![Kufeziwe:Okungapheli Kuyahlola](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/10/22/6293439074ec4ac7b7e43ad6b459add1H3000W3000_464_464.jpg)
Kufeziwe:Okungapheli Kuyahlola Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2024
Lyrics
Sekukaningi iqhuzuka bebuka bukhoma , nalokho kuyadlula okungapheli kuyahlola
Nkosi ngiphe Amandla , Amandla
Ibhuquze phansi abantu bebuka bukhoma , nalokho kwadlula okungapheli kuyahlola
Nkosi ngiphe Amandla , Amandla
It costs to be a boss unamalini , in your corner unobani lomzila ohamba kuwona
Bowuqapha ubhuqe abaningi , ekhaya amathuna amakiwe eplazini kubi amathuba anqabile
Abaningi bayalila uMvelingqangi uthi abalinde
Nina bendlondlo enophaphe ekhanda angithathe nali ithuba ngibonge impatho yabo
Bonke abangiyithathelana phansi imizamo yento engabonwa angazi noma sengike nganibonga
Nibe nathi niseseka sihaqwe zinkathazo
Kukho konke izandla zengamele ukhakhayi
Sekukaningi iqhuzuka bebuka bukhoma , nalokho kuyadlula okungapheli kuyahlola
Nkosi ngiphe Amandla , Amandla
Ibhuquze phansi abantu bebuka bukhoma , nalokho kwadlula okungapheli kuyahlola
Nkosi ngiphe Amandla , Amandla
Ngizwa iphimbo elincane lithi nikezela buqamama , yangithonya ingebhe
Yangibekela imingcele ngazinwebela indle' ende
Ngiye ngezwa nokungamawundlu kusa Rearranger
Umnqondo uphenduke umthombo nje ugoboza ushevu siwuyakazile
Sakhazimula isibani samajongo kwagqobozwa phezulu kwahlomula nje abasithabathile
Thabathile yayinhle imvuzo kwabaphiwe ithube lokuba baphinde baphinde
Sekukaningi iqhuzuka bebuka bukhoma ,Okungapheli kuyahola
Nkosi ngiphe Amandla , Amandla
Ibhuquze phansi abantu bebuka bukhoma , Okungapheli kuyahlola
Nkosi ngiphe Amandla , Amandla