- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2024
Lyrics
UMalume Mpelose wathi ubujongo buyabiza Mshana buka inxabulela iLoui Vuitton
Susa izintonga ngifuna uzibone inqgephu sayiqala lapho kuvuma izintombi
Nokuqhwakela phezulu akukabi noma okwabani bufuna uzilole
Kulelo cala sibashaya emakhanda seyabaphatha
Niyongihlonipha nize nithi ubhuti is a Sensei
Sensei Sensei I fancy myself a don ngakufaka esikoleni ngineTemplate
YobuSensei Im a Sensei I fancy myself a don
IMovement defying the Laws of Physics you see my reputation precedes me
Kulamagalelo ethu bakhe phezulu bafulela nje we've already hit the cieling
Zehlise ushaye uSalute Malume usalu
Usuvuma ingoma bese ushaya u-1 shende lami lithi angidalule iqabunga
Lamakhamahle enza ajabule angikhanuke
Inyanga eyongiqumba phansi ayikho eduze bathi uSir Groovy
Intombi angiyiSeduce
Ngiyofa la kufa khona abafowethu iDm Kamfaz kaMfowethu angiyiphenduli
Lord Ndingiliza isiqengqe , The Cabal is a circle most aren't privvy to
f#$% i look like getting flack from a sqaure ithemba lamavukane liniphethe
Lithi uMalume Mpelose wathi ubujongo buyabiza Mshana buka inxabulela iLoui Vuitton
Susa izintonga ngifuna uzibone inqgephu sayiqala lapho kuvuma izintombi
Nokuqhwakela phezulu akukabi noma okwabani bufuna uzilole
Kulelo cala sibashaya emakhanda seyabaphatha
Niyongihlonipha nize nithi ubhuti is a Sensei
Sensei Sensei I fancy myself a don ngakufaka esikoleni ngineTemplate
YobuSensei Im a Sensei I fancy myself a don
That boy a bitch let him cook, solichithe ezikho ibhodwe sijike simxebule ngomgxala ezamatapu udaka nje Izimpelesi zithe shwi, ziye zaqwala amagquma
Yebo baba, sincuke intombi siyibeke induku ebandla buqamama kuzinze nemxhaka ezosininda ngodaka Sodakwa la siqabule amabaddie kwelikaBanana
Avant Garde I was raised by the Jungle
Evaded iJele nejangela , so low on the proverbial totem pole so I get why izinsizwa ziyigangela
Fidget over crumbs zibe ziyitamuzela
I pull up with a stick iNkosi yomgangela
On some we just want the money my brother