- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2024
Lyrics
Dali weDali ungitakule odakeni Dali weDali ungitakule odakeni
Dali weDali ungitakule odakeni
Uma ngingathi qhamsthushu ungenzenjani wena my thululu
Ukumoyizela kwakho kuyangiduduza ,ukumoyizela kwakho kuyangiduduza
Still i move unabated noma ungiphosela inselele
Stayed the course and did the work futhi angisoze ngiteleke
No days off overtime siyidonsa ukusebenza kanzima kungiholele kuwena it paid off
MtakaMofokeng ngane yabantu usangikhumbula ngoba mina ngiyakukhumbula
Usangikhumbula wangithintitha mhla ngiqhuzuka, muntu omuhle usangikhumbula
Uyimizwilili uyimelody , ngisemafini Bhanoyi
Kulempelasonto ngiyobona uMa azi ukhona uMalokazane
Nna ke bone Naledi ithi igama layo uNaledi izinze eSoweto eNaledi
Naledi from Naledi
Ngiyibonile inkanyezi ithi igama layo uNaledi izinze eSoweto eNaledi
Naledi be my Lady
Nqaba yobuhle eyami inhliziyo ithi wena ngeke ngize ngiphike
Futhi im aware baningi abazifela ngawe mina ngizokuphilela
Philela ngiphinde ngikweseke if you venture off trail i could be of service
Quite up for a challenge azilime ziye etsheni ngila ngesiqu angizile ngekhemi
Khohlwa yilezimpongo lothando olwethu sobabili , ntombizosuthu igugu elingatholakali
Ungikhumbuza uZim Dolla indlunkulu egoba amashinga
Igoba amashinga ntokazi qoma ngakithi
Ntombi qoma uKing Kong ziwushaye siphoxe abaningi
Ungowekhethelo igugu elingatholakali
Ungikhumbuza uZim Dolla indlunkulu egoba amashinga
Igoba amashinga ntokazi qoma ngakithi
Nna ke bone Naledi ithi igama layo uNaledi izinze eSoweto eNaledi
Naledi from Naledi
Ngiyibonile inkanyezi ithi igama layo uNaledi izinze eSoweto eNaledi
Naledi be my Lady