Bergville Express Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2024
Lyrics
Makhamahle kaMangethe,MaZwane obumbe isizwe sabanempi waze wangenhla
Nongenabhaskidi uyangena eMakethe angilenabe olwami udaba iyoze ifike imilayezo
The Kwaito to my Mzambiya noma ngingeke ngifaka izipho kwazise
Mina nawe singase siphulane iyinhliziyo
Inhliziyo ishaya mawalawala aseshona malanga lana
Ngithola ngicabanga ngawe ngisezulwini
Khona nalaba abathi ngaqonywa ukonakala
Bathi ngidla intando ungidlisa udela unina
Imibono iyadida kodwa ekhaya Obonjaneni bayakudinga
Qoma igagu ukhohlwe yilamabhimbhi,ngingagiya uma intombi ingangipika
Phela wena Dali umuhle
Thatha inumber Mi uzungifonele
Okay sharp ngizokuvala
Okay bye ei I hope you got drive
Usho kahle ngikhule ngihuzuka eTaxini
Wena ungikhumbuza eBergville , ungikhumbuza eBergville
Ngiye ngambuka wangibuka uMa weyingane ngalihlela lonke ikusasa zange wenze kube lula
Zange , Imizwa ilokhu ithe Haibo lapho akuhlangane inhlizyo sishaye iCollabo
Lapho Love-OOOO
Vula ngingene , musa ukulokhu ubamba uyeka ngizolokhu ngilandela
Uze ubambeke , wothi ngithi poto poto dali Tobetsa
Ushaya izum' kolobetsa , ube intombi yegagu
Ube intombi yegagu abakuhalalisele ngoba uqome kahle
Dali umuhle
Thatha inumber Mi uzungifonele
Okay sharp ngizokuvala
Okay bye ei I hope you got drive
Usho kahle ngikhule ngihuzuka eTaxini
Wena ungikhumbuza eBergville , ungikhumbuza eBergville
Muntu omuhle ungikhumbuza le emakhaya
Ezweni labantu, uwena khaya lami
Ungikhumbuza le emakhaya ezweni labantu ,Ma wabantabami
Dali umuhle
Thatha inumber Mi uzungifonele
Okay sharp ngizokuvala
Okay bye ei I hope you got drive
Usho kahle ngikhule ngihuzuka eTaxini
Wena ungikhumbuza eBergville , ungikhumbuza eBergville
Dali umuhle
Thatha inumber Mi uzungifonele
Okay sharp ngizokuvala
Okay bye ei I hope you got drive
Usho kahle ngikhule ngihuzuka eTaxini
Wena ungikhumbuza eBergville , ungikhumbuza eBergville