Sawubona Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Sawubona sawubona sawubona
Hello hello hello
Sawubona sawubona sawubona
Onke amadoda ayabhajwa enanela ubuhle my dali
Kulenqola yami khwela khwela khwela
Awakhohlwe amajongo kowami udali
Ntokazi ikhethe mina gabi gabi
Wangenza umuntu sifunda ufestiya
Ngakuthanda yisuka ukuphila kwami konke
KaMakhanya wena ungikhumbuza eBergville
Ngizizwa ngisekhaya you feel like home
Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama
Indaba yami ngiyazi umanqikanqika ukuyinaka
MaThusi ufike empilweni yami waba yilambu usuyilambu
Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama
Ake sithi shwi sijike kwa Mai Mai
Imali ngizoyipatanisa kulokhu uzoba isitatanyiswa
Nqaba yobuhle kuth angibingelele ngithi
Sawubona sawubona sawubona
Sawubona sawubona sawubona
Onke amadoda ayabhajwa enanela ubuhle my dali
Kulenqola yami khwela khwela khwela
Awakhohlwe amajongo kowami udali
Ntokazi ikhethe mina gabi gabi
Iwolwe ukuhlwa amahlandla ambalwa la yazika
Ngayibuka yopha eyakho inhliziyo iWengu Darli
Kodwa ke ngayishaya indiva Nami ngangibuthaka emoyeni
Cha ngiphathekile ngiwudaka nje ngilwa ezami izimpi
Ngibonge ismilo nokucabangela iJongo
Mhla yayincike ngodondolo
Inhliziyo ithobe okuyimvimbo
Ngangimunye with the night life of the weekend
IBhanqwa with souls of the wicked
Ngithi angibonge nje isineke
You have been consistent
Kwakwazi bani That we would go the distance
Ngangingagangi namaShende Themba Lami
NgangiPracticela isithembu
Sawubona sawubona sawubona
Sawubona sawubona sawubona
Onke amadoda ayabhajwa enanela ubuhle my dali
Kulenqola yami khwela khwela khwela
Awakhohlwe amajongo kowami udali
Ntokazi ikhethe mina gabi gabi