Yek' Ubudlelwano Lyrics
- Genre:Gospel
- Year of Release:2022
Lyrics
Yek' ubudlelwano buka Jesu
Oseyamis' ezingalweni
Izibusiso zona zinkulu
Ma weyam' engalweni yakhe
Woza ke
Yama Yama
Usinde ekwesabeni
Yama Yama
Eyama kuy' ezingalweni
Yama Yama
Usinde ekwesabeni
Yama Yama
Eyama kuy' ezingalweni
Okumnandi ukuba ngumKhristu
Ma weyam' engalweni yakhe
Indlela iyakhanya kumKhristu
Ma Eyam' engalweni yakhe
Yama Yama
Usinde ekwesabeni
Yama Yama
Eyama kuy' ezingalweni
Ngingesabani Ngingesabani
Sengilokuthula okuhle
Lanxa ngifika ekulingweni
Ngoyama kuy' ezingalweni
Yama Yama
Usinde ekwesabeni
Yama Yama
Eyama kuy' ezingalweni
Eyama kuy' ezingalweni
Eyama kuy' ezingaaalweeeniii
Yama Yama