- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2018
Lyrics
Iskole udoti mfana ungasthathi kancane meke was'zela ngesphongo uzohlangan' nembhibizane
S'dingu umuntu oyazi yonkint' azoyenza ozovel' ahlal' ez'ncwadini ozel' uk'zosebenza
Khumbul' ukuthi nabazali bak'bhekile njengob' uze wafika lana ibona abak'khul'sile
Melubonge ukuth' ugcin' ufikile because ak'bona bonke abagcina bengenile
Abanye ema-High School bath' abaw'ding' u-Matric just because uJehov' umelusi wabo
Abanye vele bafike bajoyin' i-SRC just because bahlulw' ifundo zabo
Ugad' i-Peer pressure ngob' izok'khathaza i-Syllabus iphek' uzufuthwe mow'fik' usab'hlaza
Ungafiki uzenz' umaqinasi ongenasdingo ngoba nakhu uzam' ukwenz' o-Connection abanemlingo
Ei, ngithi fund' ungabanaki. Ucabange nge'Career yakho yona k'phel' oy'zele la
Ngithi ei, funda ungabanaki.
Ucabange ngek'sasa lakho iyona k'phel' int' ozoyakha la
see lyrics >>Similar Songs
More from Welokhuzane NG
Listen to Welokhuzane NG Funda MP3 song. Funda song from album Mangcebanology is released in 2018. The duration of song is 00:04:36. The song is sung by Welokhuzane NG.
Related Tags: Funda, Funda song, Funda MP3 song, Funda MP3, download Funda song, Funda song, Mangcebanology Funda song, Funda song by Welokhuzane NG, Funda song download, download Funda MP3 song