![Funda](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/06/20/e55365d4dec045d48254aa1d9dc3e189_464_464.jpg)
Funda Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2018
Lyrics
Iskole udoti mfana ungasthathi kancane meke was'zela ngesphongo uzohlangan' nembhibizane
S'dingu umuntu oyazi yonkint' azoyenza ozovel' ahlal' ez'ncwadini ozel' uk'zosebenza
Khumbul' ukuthi nabazali bak'bhekile njengob' uze wafika lana ibona abak'khul'sile
Melubonge ukuth' ugcin' ufikile because ak'bona bonke abagcina bengenile
Abanye ema-High School bath' abaw'ding' u-Matric just because uJehov' umelusi wabo
Abanye vele bafike bajoyin' i-SRC just because bahlulw' ifundo zabo
Ugad' i-Peer pressure ngob' izok'khathaza i-Syllabus iphek' uzufuthwe mow'fik' usab'hlaza
Ungafiki uzenz' umaqinasi ongenasdingo ngoba nakhu uzam' ukwenz' o-Connection abanemlingo
Ei, ngithi fund' ungabanaki. Ucabange nge'Career yakho yona k'phel' oy'zele la
Ngithi ei, funda ungabanaki.
Ucabange ngek'sasa lakho iyona k'phel' int' ozoyakha la
Zogcin' uz'sola ngoba izinto zoba nzima ulokhu unaka abany' abantu uz' ukhohlw' uzokwenzani
Bazo, zam' uk'didisa
Bazo, zam' ukuk'linga
Vel' ufund' ungabanaki khon' izinto zoba lula
Ntombazane abafana abanazwelo bazadlala ngawe to i-PSL bewukelo
Bafike bak'size nge-Registration after that baceli Number for i-Relaxation
Bazok'heha ngey'ngubo zabo ez'bizayo, ub'cweb' abak'fakayo nalemali abay'phathayo
Vel' imoto umuthi wamantombazane ak'sathusi lokho ksala abadl' upondo wezambane
Abanye abazwani kakhulu ne-Maths kodwa bayakwaz' uk'shintsh' u-Negetive to u-Positive
The only thing you need to change nge-Maths is the negetive attitude, skhuluma nge-Magnitude
Ugade namaphara akhona nasesgele azontshontshi Trust yakho azantshontshe nob'ntombi bakho
But you need to stay true to yoself, stay open, stay wise, ugcin' isfungo sakho
Mjita vel' uyek' uk'lokhu uzenz' uKleva ngoba ngeke kuk'size ngalutho usal' ulokhu uleva
Ulokhu ukhiph' iz'ngane zidli imali yakho kodwa uyahlulek' uk'khipho Pass kwi-Module yakho
You need to carefully select yo friends ngoba bazok'faki wunga nje that's what happens
Nciphise lama house party angenasdingo mengek' uwamele ngoba azok'hlanyis' upringelwe
Mese, uthola lezi ezithi az'fundi zibe z'funda zidrayisa zithi az'bhalanga kahle zibe z'phasile
Amathekeni azoshay' engath' avek'thanda mese egephele lemali ye-Bursary oy'tholile
The only way ukuth' uvel' uzamukele wamukele nesimo sakho nje ongek' us'shintshe
Khon' uzoba nabangani bangempela bazok'bhekelela nesimo sakho basam'kele