Awuxolisi Lyrics
- Genre:Soul
- Year of Release:2022
Lyrics
Ngoba ngoba
Ngoba uyazi ukuthi ngiyakuthanda
Futhi angizimisele ukuhlukana nawe
Yikho ungihlukumeza ungihlukumeza
Ungona usuku nosuku
Ungilwisa usuku nosuku
Uma ngithi uyangihlukumeza
Awuxolisi
Awuxolisi
Awuxolisi
Awuxolisi
Uxolo into ongenayo
Kodwa yazi ngizomthola
Ozongithanda ngempela
Ngizokushiya ngoba uyangihlukumeza
Awuxolisi
Awuxolisi
Awuxolisi
Awuxolisi