Isibaya ft. Andy Tee Rsa Lyrics
- Genre:Soul
- Year of Release:2022
Lyrics
Sawubona ntokazi enhle
Dumela Mosadi
Ngabe injani impilo
Ngithunywe Inhliziyo iyangilawula
Angilawuleki iyangilondoloza
Ichazwe ubuhle bakho namehlo azinkanyezi
Kuvele kuthi cosololo ngaphakathi
Kuthi Cosololo ngaphakathi
Isibaya sabokhokho nomkhulu bayakudinga ekhaya
Isibaya sabokhokho nomkhulu bayakudinga ekhaya
Sekusile nakhu bengibuza ngawe abangani bami
Ngithathekile dali angifuni ukuqamba amanga nakhu ngithamba
Ilanga liyashona ngilokhu ngimamatheka into engapheli
Sengiyabona imizwa nayo ngathi iyangilahla
Qoma Ntombi Uzobe uqome umaqondana
Kolilizela nomalilizela balilizele Uzamthilili usungena emagcekeni.
Vuma ubengowami ngizokuphatha kahle
Wemama ngabe iphutha ukuthanda lomfana
Ngizamile ngahluleka
Imizwa iyangilawula
Awusekhona mama okwinhlansana weee!
Isibaya sabokhokho nomkhulu bayakudinga ekhaya
Isibaya sabokhokho nomkhulu bayakudinga ekhaya