![Crystal Meth](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/11/25/b4171e574fa44cf5bf76684e72ec3100H3000W3000_464_464.jpg)
Crystal Meth Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Crystal meth
U lahlis' intwan' incond' izthole seyi kiss imat
Ironic uk'yenza wena vele k'zo ding' imaths
Kodwa masou' khona umcondo o bright ushay' uknga shiyi nex
Abas' nik' imatch
S'tatan' intwende ngati iline yama R350 cash
Iyntwana ziyak' thanda mara uwis' iflag
Mina irap, kimi ifana nawe so I know le feeling leyo
U gijimis' itrend
Sou relya kuma substance
Iwaar iyntwan' ezinga fun' uku lizwa
Eyam' ay'funi nok' sizwa
Idrop iskolo, ende this year ngabe seyi ndlul' umatric
Mdali bengi gcula uzong' siza
Isizwe siyafa abantwana bavuke bayi cila
Zama drugs, kdala bafa lana sek' movea nje umzimba
Bek'funeka intjiza
Ngab' umuntu lento ngabe ngiy' dubul' izinca
Ngiybuke nje ifa
But I can't, so lento s'deala nayo njani majimbos
And we can't keep denying 'kuti lento ishaya lonke ijozi
Lonke ipozi
Nidenke grand ninamagenge nilonku ni close
Unga bhek' ikasi kphela no government naye umcheke most
Ak' sama dlanga kphela amanye man' lele aletwa yi poiysa
Nyeke s'loku s'posta
K'mele s'bhek' ikasi nyeke s'wele lonke isoldier
Cele lonk' idlozi
Lis' phakamele futh' lisbheke ende linga stopi
Lisbheke ende linga stopi
Ya
Ngu Njebov
Ezingu 7