![Ukshona Kwe Hip-hop](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/11/25/b4171e574fa44cf5bf76684e72ec3100H3000W3000_464_464.jpg)
Ukshona Kwe Hip-hop Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Ng'vuke nga bhala le track
Ngiyaz anyek' nilmame kmele ni understande
Lan' emzansi sithand' umdantso nyeke s'sa mamela
Kholwa yonkint' uPro wayi builda k'phel' uk' baluleka
Ukshona kwe Hip-hop, kwa phel' inhlakanipho
Intwana za vaya, kwa phel' icypher la epassishin'
Bonk' abo girl be hip-hop, ipiano lishay' nge stina
Nath' saba thola kanjalo, ikarma seyi landa thina
Ukshona kwe Hip-hop, abanye zange ba kholwa
Baze ngok' fun' irevenge, abanye zange ba xola
Z'cale za khip' ama tracks ngat' ama phara mawa vonca
Kalisa lezint' escrap, ak' na la ama gydo aya khona
Ukshona kwe Hip-hop, mina ne timer bes' bonda
Kholwe nge pain nange suffering ngat' beng' cala ukul' bona
Hip-hop maunga phind' ubuye mina ngingak' phatha kancono
Nyeke nginga khiphi for years, bese ngik' beke icala kwakhona
Ukshona kwe Hip-hop, beng' nga ringi
Bangan' tjeli ukut' lomntwan' ufela ini
Bang' tjela wena msuse k'phela e micini
Mangit' ngiyam bheka nak' uyaz' wela, ak'sena mpilo
Ukshona kwe Hip-hop, kwa jabul' izitha
Ya beniy' tjel' ukut' no phelelaphi nok' humbeul' izinja
S'fun' uk' konkota ende s'fun' umgong' lo odabul' ispeaker
S'fun' uk' banyoba mau mam' ihip-hop u down e listini
Ukshona kwe Hip-hop, ngake nga woma, nga wonda
Nga bhek' ibonda ngal' zonda
Nhliziyo yama ngiyak' tjela ntwana beng' boda nok' boda
Umphef'mulo wami bou fun' uk' hamba no moya mang' bodla
Njengoba ungibona nje ngi so
Ukshona kwe Hip-hop, iyntwan' eyncane za popa
Zabe ziyacala ziya tour
Ilife seyi mnandi ende sekuyi party ne mali ziyayi thola
Iyntwan' eyincane ende sezimnandi ziyal' jumpa ne boarder
Ilife emnandi nakhona
Ukshona kwe Hip-hop