![Somandla (Interlude) ft. TL Blessing](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/01/21/10e17b513946482b8795d31efaf8e0dc_464_464.jpg)
Somandla (Interlude) ft. TL Blessing Lyrics
- Genre:Electronic
- Year of Release:2024
Lyrics
Lo mhlaba
Unameva
Uyasinda
Uyahlaba
Cela usize Somandla
Cela usize Somandla
Lo mhlaba
Uyahlaba
Uyasinda
Unameva
Cela usize Somandla
Cela usize Somandla
Wangithatha odakeni olujulile
Wangithatha nokungcola kwami
Wangamukela, wangamukela, wangamukela ehh
Wangithatha nemithwalo eminingi
Wayisusa ngasala ngimusulwa
Wangamukela, wangamukela, wangamukela
Wangithatha odakeni olujulile
Wangithatha nokungcola kwami
Wangamukela, wangamukela, wangamukela ehh
Wangithatha nemithwalo eminingi
Wayisusa ngasala ngimusulwa
Wangamukela, wangamukela, wangamukela
Le ngoma izohlala ikukhumbuza
Lapho usizo la vela khona
Le ngoma izohlala ikhona
Ngifuna ihlale enhlizweni
Le ngoma izohlala ikukhumbuza
Lapho usizo la vela khona
Le ngoma izohlala ikhona
Ngifuna ihlale enhlizweni
Oooou oou oou ou
Enhlizweni