![Noma ngikuthanda ft. Siphesihle Gumede](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/01/21/10e17b513946482b8795d31efaf8e0dc_464_464.jpg)
Noma ngikuthanda ft. Siphesihle Gumede Lyrics
- Genre:Electronic
- Year of Release:2024
Lyrics
Kubuhlungu uk'phila ngaphandle kwakho
Side lesikhathi sithandana
Angisajoli, thando luphelile
Yeahhh ohhh
Angiziboni ngihlala nomunye muntu
Inhliziyo ifuna wena
Wena wedwa, baby wena wedwa
Yeahhh ohhh
Hamba, hamba
Baby hamba
Noma ngikuthanda
Ngithi hamba
Hamba
Haaaa ah ah mba wena
Kubuhlungu uk'phila ngaphandle kwakho
Noma ungishiya inhliziyo
Ifuna wena, ibambelele kuwe
Incike kuwe wena
Ibambelele kuwe
Angiziboni ngihlala nomunye muntu
Inhliziyo ifuna wena
Wena wedwa
ibambelele kuwe
Incike kuwe wena
ibambelele kuwe
Hamba, hamba, hamba
Baby hamba
Noma ngikuthanda
Baby hamba
Noma ungishiya
Hamba
Hamba
Baby hamba
Hamba, hamba, hamba
Baby hamba
Hamba, baby hamba
Sthandwa sami
Ngiya, ngisak'thanda
Hamba, hamba
Haaaa yeah ehhh
Kubuhlungu uk'phila ngaphandle kwakho
Noma ungishiya inhliziyo
Ifuna wena, ibambelele kuwe
Incike kuwe wena
Ibambelele kuwe
Angiziboni ngihlala nomunye muntu
Inhliziyo ifuna wena
Wena wedwa
Ibambelele kuwe
Incike kuwe wena
Ibambelele kuwe
Hamba, hamba, hamba
Baby hamba
Noma ngikuthanda
Baby hamba
Noma ungishiya
Hamba
Hamba
Baby hamba
Hamba, hamba, hamba
Baby hamba
Hamba, baby hamba
Hamba