![Ngiyakukhumbula](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/09/17/a0aa3466a9fa484bbeb3e65577f237d4_464_464.jpg)
Ngiyakukhumbula Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2014
Lyrics
Sthandwa ngiyakukhumbula
Inhliziyo yami ihlala inawe
Ngyakukhumbula
Noma ungekh eduze kwam
Ngyakukhumbula khumbula
Noma ungale kwezintaba
Ngyakukhumbula khumbula
Sthandwa ngyakukhumbula
Sthandwa ngiyakukhumbula
Inhliziyo yami ihlala inawe
Ngyakukhumbula
Noma ungekh eduze kwam
Ngyakukhumbula khumbula
Noma ungale kwezintaba
Ngyakukhumbula khumbula
Sthandwa ngyakukhumbula
Ngabe sthandwa ngikuthengela umbayimbayi
Manje uhlala elokshin azikh izintaba
Ngabe sthandwa ngikuthengela umuzi e sandton
Manje ayikh imali
Amazolo ayobhulwa inhliziyo
Ibifuna ukuzobusa
Uyimbali eqhakaza emkhathini
Ingilosi yomusa
Kwalanga liyoshona
Uzobuya masekusa
Kuyothi kusempondo zankomo
Ubuqhamuk uzelusa
Sthandwa ngiyakukhumbula
Inhliziyo yami ihlala inawe
Ngyakukhumbula
Noma ungekh eduze kwam
Ngyakukhumbula khumbula
Noma ungale kwezintaba
Ngyakukhumbula khumbula
Sthandwa ngyakukhumbula
Sthandwa ngyakukhumbula