![Imbali (Acoustic Version)](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/07/23/00d46164e0114f1cbd91eff20351ff2f_464_464.jpg)
Imbali (Acoustic Version) Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2023
Lyrics
Ohh yabuna imbali
Imisiqala isiqhakaza
Kodwa kufa ulinuku
ubungamcelanga kithi bo
Ohh yabuna imbali
Imisiqala isiqhakaza
Kodwa kufa ulinuku
ubungamcelanga kithi bo
Musungithathela abazali bami uthi angsale nobani
Musungithathel umndeni wami uthi angiphile nobani
Kanti lomhlaba unjani
Nkulunkulu kanti uzwabanjani
Wangithathela yena uthi ngisale nani
Ngakokhuli wasungenz ntandane
Ngsading umthetho ngithunywe njenge ngane
Ngicel ukumbona okokugcina ke kanye
Noma izwi lakhe ngikhulume naye
Mhlambe nendlela ngzoyibona ikhanye
Ngoba lomhlamba unzima ngaphandle kwakho
Akeze slale singadlile ngamandla akho
Njalo sengihlala ngikhumbula uthando lwakho
Ngize ngifise ngabe ngise duze kwakho
Ngsacela unglulele isandla sakho
Ohh yabuna imbali
Imisiqala isiqhakaza
Kodwa kufa ulinuku
ubungamcelanga kithi bo
Ohh yabuna imbali
Imisiqala isiqhakaza
Kodwa kufa ulinuku
ubungamcelanga kithi bo
Musungithathela abazali bami uthi angsale nobani
Musungithathel umndeni wami uthi angiphile nobani