Ngibonga umusa Lyrics
- Genre:Gospel
- Year of Release:2023
Lyrics
Nkosi yami
Ngibhala lengoma
Ukubonga umusa wakho
Nothando empilweni yami
Uhlala ungivikela
Nkosi yami
Ngibhala lengoma
Ukubonga umusa wakho
Nothando empilweni yami
Uhlala ungivikela
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngomus ongaka
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngothando lwakho
Ngithand ukubong uJehova
Ngakonk ongenzele khona
Kohlal enhliziyweni yami
Angeke ngakukhohlwa
Kohlal emoyeni wami
Angeke ngikulibale
Ngithand ukubong uSomandla
Ngakonk ongenzele khona
Kohlal enhliziyweni yami
Angeke ngakukhohlwa
Kohlal emoyeni wami
Angeke ngikulibale
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga
Ngiyabonga baba
Ngomus ongaka
Ngiyabonga
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga
Ngiyabonga baba
Ngothando lwakho
Uthando lwakho luyamangaza
Umusa wakho unganele
Wangkhiph odaken olubishayo
Wangihlalisa namakhosi
Lapho bethi kuphelile ngami
Kodwa wena wangibonis indlela
Lapho bethi baqedile ngami
Kodwa wena wangibusisa
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngomus ongaka
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngiyabonga baba
Ngothando lwakho