Hlengiwe Lyrics
- Genre:Gospel
- Year of Release:2023
Lyrics
Mina ngahlengwa ngegazi
Ngahlengwa nguye uJesu
Ngahlengwa ngomusa nothando
Hlengiwe sengaba ngumntwana
Hlengiwe hlengiwe
Hlengiwe ngegazi lemvana
Hlengiwe hlengiwe
Hlengiwe sengaba ngumntwana
Ngombona ebuhleni bakhe
UJesu nomthetho muhle
Owelusa inyawo zami
Ngocula nanxa kumnyama
Hlengiwe hlengiwe
Hlengiwe ngegazi lemvana
Hlengiwe hlengiwe
Hlengiwe sengaba ngumntwana
NguJesu ngihlengiwe mina
Ngiswele amazwi okubabaza
Ukukhanya kwakhe kukimi
Kohlala njalo nanini
Hlengiwe hlengiwe
Hlengiwe ngegazi lemvana
Hlengiwe hlengiwe
Hlengiwe sengaba ngumntwana