![Dolly ft. Artchild Afrika](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/11/01/fb1cf2a85d5042139c59e5c9f60b794d_464_464.jpg)
Dolly ft. Artchild Afrika Lyrics
- Genre:Afrobeats
- Year of Release:2022
Lyrics
Wemuka wemuk uDolly
Wemuka
Ai oh hamba oh hamba Dolly
Oh hamba
Wemuka wemuka wemuk uDolly
Wemuka
Ai oh hamba oh hamba oh hamba Dolly
Oh hamba
Uth uhamba naba hambayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Uth uvaya naba vayayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Uth uhamba naba hambayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Ngathol ukuthi nami angnay imali
Aw Dolly wavele wangi shiya
Oh hamba oh hamba oh hamba Dolly
Oh hamba
Wemuka wemuka wemuk uDolly
Wemuka
Mina dali anginawo amaningi (amaningi)
Mina dali anginawo amaningi (amaningi)
Kodwa wath uzongi mela (wathi uzongimela)
Wathi uzongi seka (wathi uzongiseka)
Kodwa manje uyangincikisela (hheeeyi)
Awsangithembi dali (hheeyi webabo)
Awsangithembi
(Aw aaaaaah weh)
Xola nhliziyo, xola nhliziyo yami
(Xola nhliziyo yami)
Xola nhliziyo
Kuyez ukukhanya nezi nkanyezi nezi ntaba zivumile
(Hheeyiiye)
Uth uhamba naba hambayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Uth uvaya naba vayayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Uth uhamba naba hambayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Ngathol ukuthi nami angnay imali
Aw Dolly wavele wangi shiya
Oh hamba oh hamba oh hamba Dolly
Oh hamba
Wemuka wemuka wemuk uDolly
Wemuka
Sengikhathele sengikhathele
Sengikhathele uthando lwa manga
Aw ngikhathele aw ngikhathele
Aw ngikhathele uthando lwa manga
Usemil ama phiko uye wandiza wangishiya (ngasala kanjalo)
Ndiza njalo juba bokucutha phambil' umufika (nom' ungahamba bhabhayi)
Uyijuba lika Noah wen uyijuba lika Noah
Ukhohlisa abantu uth unothando
Imingekh imali uthi it's over
(Bengikuthaanda, DOLLY)
Uth uhamba naba hambayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Uth uvaya naba vayayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Uth uhamba naba hambayo
Kanti laba abasalayo uyabashiya
Ngathol ukuthi nami angnay imali
Aw Dolly wavele wangi shiya
Oh hamba oh hamba oh hamba Dolly
Oh hamba
Wemuka wemuka wemuk uDolly
Wemuka