![Shindindi ft. Preedy Musiq](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/11/01/fb1cf2a85d5042139c59e5c9f60b794d_464_464.jpg)
Shindindi ft. Preedy Musiq Lyrics
- Genre:Afrobeats
- Year of Release:2022
Lyrics
Ngshikilele kancane
Hho shhewu
Ashi hho shhewu
ntombi noma sewa ngala
ngikvimba ntombi usangibona
usangkhumbula ey wena usangibona
Oh shindindi ntombi noma sewa ngala
Oh shindindi ntombi noma sewa ngala
Ngshikilele kancane ngshikilele kancane
Ngshikilele kancane ngshikilele kancane
Hho shhewu (Shhewu)
Ashi hho shhewu (Shhewu aah)
Hho shhewu (Shhewu)
Ashi hho shhewu
Aw kwaksele kancan ukuthi ngim throw u palesa
Kodw angzange ngwine mayethola u mandisa
Bafeth iyntomb zami zangqhatha ne ex yami
I ex yami iwon u quality
Bafeth iyntomb zami zangqhatha ne straight sami
I straight sami iwon uquality
Aw bengithi ngya cheater (ngxolele dali)
Bengithi ngyafihla we straight sami
Uwen u quality
Usangkhumbula ey wena usangibona
Oh shindindi ntombi noma sewa ngala
Oh shindindi ntombi noma sewa ngala
Ngshikilele kancane ngshikilele kancane
Ngshikilele kancane ngshikilele kancane
Hho shhewu (Wowowo)
Ashi hho shhewu (Wo wololo)
Hho shhewu (Wowowo)
Ashi hho shhewu
Ngakthanda ngsemncane wasungqom e primary
Sajabula njalo ngakwazisa nasekhaya
Sa fik e high school ngase ngshel abanye
Aw ngangazenzi abangani bami
Bathi ngshele u zinhle ngoba yena muhle
Bathi ngshele u sbahle kanti naye muhle
Nga lose i focus ngaluthwa amathanga
Wasungala wasungala
Usangkhumbula nah ey wena usangibona
Oh shindindi ntombi noma sewa ngala
Oh shindindi ntombi noma sewa ngala
Ngshikilele kancane ngshikilele kancane
Ngshikilele kancane ngshikilele kancane
Hho shhewu
Ashi hho shhewu
Hho shhewu
Ashi hho shhewu