
Ukphuma kwelanga Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Siyakthanda ukphuma Kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Ngoba ebsuku ave Sganga
Amachery ayampampa
Izdakwa ziya bhampa
Ama slayer aya trapa
Siyakthanda ukphuma kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Ngoba ebsuku ave Sganga
Amachery ayampampa
Izdakwa ziya bhampa
Ama slayer aya trapa
Siyakthanda ukphuma kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Adla iygqebhe amachery aveza ivanga
Amadilosi awabonwa ayibhanga
Kusho iqupha amajita ayabanga
Osindi ozanele nonana
Bazfunela ubanana
Ngesummertime ebsuku siyabhampa
Sihlala phezu kwezmoto zabantu kobhampa
Amachery ayasdampa
Ngoba eyntatha suke Sisampampa Akukho ukthamba
Sonke sidansela lenamba Svumela amachery ashaye Isamba
Nenkuzi siyaybamba
Sithenge inyama siqede Uklamba sivikele
Amakhaza Ngama jacket Eslamba
Akekho ofuna Ukhamba
Stif lapho kwi gabha
Akekho ofuna ukuzgabha
Four Finger Ukuze ikhaza Lizodamba
Peperepe bam bam
Dam dam
Iradio ilokhe ishilo
Siyakthanda ukphuma kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Ngoba ebsuku ave sganga
Amachery ayampampa
Izdakwa ziya bhampa
Ama slayer aya trapa
Siyakthanda ukphuma kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Ngoba ebsuku ave sganga
Amachery ayampampa
Izdakwa ziya bhampa
Ama slayer aya trapa
Liwukhipha Liwukhiphile Umgwinyo inyasa
Sishaya ikwasa kwasa Asnendaba vele
Sekyasa Siphuza kuze kube Ingaksasa Kuphele inyanga
Phela kuholiwe
Ikhukhu liqumbile amachery kumele Eholiwe
Sibuke ideri sibheke abaheri Sifuna abahloliwe
Abajoli nodriver baloliwe Sibachama emaclubini
Ngecathula eybhoniwe Ngeshivas nesavana ajabula
Amachery sesyazwana
Khona Asegoniwe
Kuphakwa kuphinde kudliwe Udale ngazo
Uvuke ngaksasa sukhohliwe Uthi ukhipha ibhabhalazi Udcine udakiwe
Nase bhayibhelinini kubhaliwe Izmbiza zikafaro ziyakuqeda
Okuka khesaro
Mawucalculater
Utswala obuphuzayo
Ngabe sewathenga ngisho Isubharu
Indlela esiphuza ngayo
Asimfuni umuntu ozosikhuza
Ngayo
Siyakthanda ukphuma kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Ngoba ebsuku ave sganga
Amachery ayampampa
Izdakwa ziya bhampa
Ama slayer aya trapa
Siyakthanda ukphuma kwelanga
Ngeykhathi zokphela kwenyanga
Ngoba ebsuku ave sganga
Amachery ayampampa
Izdakwa ziya bhampa
Ama slayer aya trapa
Month end siphuza size Sikhohlwe idate
Udakwe ulale
Kanti espanini usulate
Ukuthi Kuphele inyanga
We can wait
Ebsuku akusalalwa
Ngoba Sithanda amaparty Siphuma ama out siyophuza Namaouty
Utswala asibudout but
Sibu order engathi kune Drought
For example twenty-four yama
Cider kanye ne draft
Phela ikhothi ayisdakwa aAsisebenzi
Ngokuthi faka ngizofaka Mawunesaka wena phaka
Ungazo dakwa uyazi sonke
Siyadala kusukela kudala
Siyizi Dakwa kusukela sizalwa Siyadakwa bese siyalwa
Hlezi Siyalwa ngoba Masinamasenti
Siphuza handred pecent Kumachery lehla kalula
Ipenty
Ngestif sebrandy
Ivolume fourthy three pecent Kuphele bonke ubu inocenti
Dlala dando dlala dando
Dlala dando dlala billion
Nawe uyazi ukuthi siphila
Kanjani nawe uyazi ekasilami
Ukuthi siphila kanjani
Woza elamonti
Woza elamonti
Ungabuza ushuknur
Senza kanjani
Ungabuza umboras
Senza kanjani
Ubuze uredcap
Senza kanjani
Ubuze Pepino
Senza kanjani
Ubuze umadops
Senza kanjani
Ubuze umsadaf
Ubuze uspolofu
Ophula ikhanda emini
Ngotwalofu
Obuzu uchaos senza kanjani
Obuzu dot senza kanjani
Ezase G nowa
Yesses yesses yesses