Ngawuzw' Umoya Wami ft. Awa Khiwe & Mzoe7 Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Ngikubon' uhamba leChery engiyifunayo, ngawuzw' umoya wami
Saw you walking with the girl of my dreams, ngawuzw' umoya wami
Ukukhangelile wahleka, ngawuzw' umoya wami
She looked at you and she smiled, ngawuzw' umoya wami
Ayeye, eyeye, ayeye, ayeye
Ngicela ling'bambe ngoba ngizabulal' umuntu
Kanti wenzani lo akakwazi ukuthi mina ngiyamfuna lumuntu
Ngamthanda sisesebancane uNomalanga sesize sakhula lamhlanje
Kade ngisithi ngizomtshela, ngizomshela, sesize sakhula lamhlanje
Ngiyawadinga ngiyawaswel' amabala ayabaleka
Ngiyawadinga ngiyawaswel' amabala ayabaleka
Ngifun' uthande mina, ngifun' athande mina weh
Ngifun' uthande mina, ngifun' athande mina weh
Ngikubon' uhamba leChery engiyifunayo, ngawuzw' umoya wami
Saw you walking with the girl of my dreams, ngawuzw' umoya wami
Ukukhangelile wahleka, ngawuzw' umoya wami
She looked at you and she smiled, ngawuzw' umoya wami
Ayeye, eyeye, ayeye, ayeye
Awu ngiyavuma ngibulewe yiskhwele, when I saw you walking with another girl
Ahh ngamelwa yinhliziyo ngiyakutshela, nawu uyazi ukuthi ngawe ngisaz'fela
Yazi ngithe ngikubon' uhamba laye, ahh ngaginya lenyembezi kwathi ngikhale
Awu maye, umoy' ungasafik' emakhaleni, hayi kwaqaqamba lenqondo kwathi ngiqaleke
Cos I never thought I'd live to see the day ungishiya
Sthandwa ngiyazi sahlukana but bengithi uzong'dinga
When I said uyang'dina, hayi beng'sithi ngiyakulinga
Sthandwa ngisithi uzong'ncenga, hayi beng'sithi uzong'dinga
I was wrong, and I never got the chance to say I'm sorry
Kudala ngifis' ukukuxolisa ngilamahloni
Uthando lwakho walunik' eyiny' intombi
Hayi yeah, ngawuzw' umoya wami
Ngikubon' uhamba leChery engiyifunayo, ngawuzw' umoya wami
Saw you walking with the girl of my dreams, ngawuzw' umoya wami
Ukukhangelile wahleka, ngawuzw' umoya wami
She looked at you and she smiled, ngawuzw' umoya wami
Ayeye, eyeye, ayeye, ayeye
I know she knows, I know she knows, ufuna ngibe jealous
She smiles at you when I'm around, ufuna ngibe jealous
I know she knows, I know she knows, ufuna ngibe jealous
She smiles at you when I'm around, ufuna ngibe jealous
UBabe ufuna ngibeJealous uyakusebenzis' awuboni wena
Uhamba lawe mina mangikhon, emakasana