Sathane Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2021
Lyrics
Yazi nghlala ngiz'buz'ukuthi
Ngangcabangeni na
Ngoku kvumela
Empilweni yami
Angikaze ngambon' usathane
Kodwa uma bengathi ufana nawe
Angeke ngaba phikisa
Angikaze ngambon usathane
Kodwa uma bengathi ufana nawe
Angeke ngaba phikisa
Umonakalo ow'dalile kimi
Ukhomba ukuthi unguye uqobo lwakhe
Kodwa umbuzo wami uthi
Wawungelinde na
Ulinde esinye iskhathi
Wawungelinde na
Angikaze ngambon usathane
Kodwa uma bengathi ufana nawe
Angeke ngaba phikisa
Angikaze ngambon usathane
Kodwa uma bengathi ufana nawe
Angeke ngaba phikisa
Izethembiso ezingaka
Amanga angaka
Nobuxoki obungaka
Hhayi bengikwenzeni na
Angikaze ngambon usathane
Kodwa uma bengathi ufana nawe
Angeke ngaba phikisa
Angikaze ngambon usathane
Kodwa uma bengathi ufana nawe
Angeke ngaba phikisa
Angikaze
Sathane
Ufana nawe
Angikaze
Sathane
Ufana nawe
Angikaze ngambon
Usathane ufanawe