Anazi ft. Manqoba Mlungwana Lyrics
- Genre:Electronic
- Year of Release:2021
Lyrics
Bathi ng'nengqond yase Natali
Ngithi hhaybo nisho ngani
Bathi phela ngoba nakh ipotsoyi yalishay
Ngithi hhaybo weh anazi
Ngaynikwa umdali wathi fumbatha
Ngaynikwa umdali wathi fumbatha
Bathi ng'nengqond yase Natali
Ngithi hhaybo nisho ngani
Bathi phela ngoba nakh ipotsoyi yalishay
Ngithi hhaybo weh anazi
Ngaynikwa umdali wathi fumbatha
Ngaynikwa umdali wathi fumbatha
Ngalel' ipotsoyi
K'jaive ulova kuze kuwe ikotoyi
Hhay abantu lana abagodoli
Se Natali baba aksikho egoli
U Lukid naye ulokhe eshilo
Hhay kyashisa baba k'vuth umlilo
Ngalel' ipotsoyi
K'jaive ulova kuze kuwe ikotoyi
Hhay abantu lana abagodoli
Se Natali baba aksikho egoli
U Lukid naye ulokhe eshilo
Hhay kyashisa baba k'vuth umlilo
Ng'phuma kwaZulu njayam
Mhlabuyalingana kant Anazi
Ngaziwa ngisho nako Canada
Ng'pheth umuthi mfanaka
Lent' iyalaph iPanado
K'phamban o kick isphambano
Ngbuye ngoshuni int' emnandi
Into ongek' uzuydlale uhlel' phansi
Ng'cel' ungaylahl i focus
Ngbuye ngoshuni int' emnandi
Into ongek' uzuydlale uhlel' phansi
Ng'cel' ungaylahl i focus