![Ezintabeni](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/08/08/9fc34e313da24c8f8431b0c53f4cecfcH3000W3000_464_464.jpg)
Ezintabeni Lyrics
- Genre:New Age
- Year of Release:2021
Lyrics
Ezintabeni - Olefied Khetha
...
Umuntu uhlel' ese'yintabeni
Angithi s'zama ukududuza amaphakethe Imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya Kuse'yintabeni
Noma kukude ekhaya Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye

Umuntu usehlel' esemgaqweni
NoKhulu senok'thetha manje edladleni
I try to tell her ukuthi imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya kuse'yintabeni (Ngizam' ukumchazela) Aksizi ukhlala ngibe ng'ngasebenzi (Ngingena lutho)
Kmele ngyophanta nami ngbuye namaCenti
Kodwa imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya kuse'yintabeni
Amen
Nkulunkulu ng'cela ungbeke ekhambeni Ngfuna ukbuya ekhaya ngsaphila ngyohlangana nomndeni
Plus, futhi kdala ngawugcina We have to celebrate
Ngzobuya nomholo mangfika sonke siye edolobheni Haha
Ngzobuya njalo makhlangana
Yaz ng'nokncuma ngedwa njalo mang'cabanga
Ukhulu uyasbala sonke methandaza The reason sisaphila and kuba mnandi mashlangana Ngzobuy' ekhaya
Umuntu uhlel' ese'yintabeni
Angithi s'zama ukududuza amaphakethe Imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya Kuse'yintabeni
Noma kukude ekhaya Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Noma kukude Kodwa nghamba ngbuye Nghamba ngbuye
Umndeni wami ng'yawuthanda angani? So ke manghamba ngabe ng'bhungukelani? Ngib' okabani?
Phela umndeni awfani nje nabangani Ekhaya kuba mnandi ngoba syazana s'ngasizananga
Ngzobuya makphela inyanga
Angithi ngangshilo ukuthi ngyophanta Ngfonele uKhulu ngyabuya mama Ng'cela upheke kahle Ngfuna nje upheke uphuthu nenyama
She knows i like it for the food
She always complain Athi Khetha ngathi awusuthi lawuhlala khona
Khulu ungesabi nje amahlala khona S'khohlwa nawukudla hlezi sisebenza la shlala khona
Kodwa ke lokho k'ngakdidisi
Vele indlala ngyayazi iyona eyangjimisa Nawe by my side ngempilo wangfundisa Namhlanje bangbona ng'gqoke kahle bangphikise
Kodwa Ngzobuya njalo mahlangana
Yaz ng'nokncuma ngedwa njalo mang'cabanga
Ukhulu uyasbala sonke methandaza
The reason sisaphila and kuba mnandi mashlangana Ngzobuy' ekhaya
Umuntu uhlel' ese'yintabeni
Angithi s'zama ukududuza amaphakethe Imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya Kuse'yintabeni
Noma kukude Noma kukude
Kodwa ng'hamba ng'buye Ng'hamba ng'buye
Lento ila
Noma ngibuye ngingaholanga
Bathi thula ungakhali uyakhula mfana Impilo injalo mfana
Yaz umah noAnkel Noma ng'buye ngingaholanga