
Malume ft. Mcent Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2025
Lyrics
Sengimtholile
Malume wangithembisa
Ukuthi uzongilobolela
Ngihambe ngamthola
Lone ngimuthandayo
Sengimtholile
Malume wangithembisa
Ukuthi uzongilobolela
Ngihambe ngamthola
Lone ngimuthandayo
Malume khumbula amagama akho
Khumbula amagama akho
Malume khumbula amagama akho
Khumbula amagama akho
Malume khumbula amagama akho
Khumbula amagama akho
Malume khumbula amagama akho
Kuthi wathi utongilobolela
Ngyazi ngphuzu kbuya
Kodwa ngcelu
Kuk'khumbuza
Malume wathi kimi
Mangtholo ng'shaye skhonkosini
Ngthumeli ncwade posin
Lonu ngshaye ma nonin
Ang'nandaba l'thini nani lonu sengdelisi nkani
Aksenakphika nalo bsoka futhi sengibshiye phans
Ngtholi lange l'khanya bha
Ng'tholu mthuzo thokomele phans
Kweshlahl se pentshis
Ngthe ngyaz pesha kant syamesha
Manje ng'cele s'yosesha
Asambe syothesha
Seng'phethi mvula mlomo ngshoda ngelobolo
Ngebasvalele ngaphandle ngoba skhomba ngo phakathi
Ng'celi thimbe l'namgama coysakele
Ng'celu kuthi zinto z'rune smooth bhut ka mama ngthembe wena
Hhath ngiktshele ngaye
Maka khuluma ngyaphumula
Mas'sobabili uthi ngyi qhawe lakhe
Emphakathin unesmilo nami sengyaz ngizqhenya ngay
Futhi ufundil unemali yakh akyoni deduction