![Shona Malanga](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/01/03/7beab63783a844048976d800f6988f0cH3000W3000_464_464.jpg)
Shona Malanga Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2024
Lyrics
Phela mina ngiyindod' eqotho
Mina angidlali ngothando
Phela mina ngiyindod' eqotho
Mina angidlali ngothando
Phela mina ngiyindod' eqotho
Mina angidlali ngothando
Phela mina ngiyindod' eqotho
Mina angidlali ngothando
Phela ntombi, awuz'bheke ung'bheke
Awuz'bhek' ung'bheke mina
Ang'fun' umuntu yo
Phela ntombi, awuz'bheke ung'bheke
Awuz'bhek' ung'bheke mina
Ang'fun' umuntu yo
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo
Ngikhumbul' ekhay' labazali
Mina ngifun' uk'bon' uSweety wam'
Ngeke ngiphinde ngimshiye
Udali, shona malanga
Ngizohamba naye
Ngicule naye
Ngigide naye
Aw, gida-gide
Ngizohamba naye
Ngicule naye
Ngigide naye
Aw, gida-gide
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo
Ang'fun' omuny' owam' ukhona
Usemakhaya
Ang'fun' umuntu yo
Ufun' uk'thath' inhliziyo yami
Udlale ngayo
Aw, we ntombazana
Ngiyamthanda yena
Ngiyamfuna yena
Ngiyamhlonipha
Aw, we mama we ( oh, oh, oh )
Ngiyamthanda yena
Ngiyamfuna yena
Ngiyamhlonipha
Aw, we mama yo, yo yo yo yo yo yo, yo
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona (Ang'fun' umuntu yo)
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Shona malanga shona
Ang'fun' umuntu yo