Ndodakazi Lyrics
- Genre:World Music/Folklore
- Year of Release:2024
Lyrics
Somnyama ,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
(Aaaah! Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Somnyama ,Nomnyama
Aaaah Nomnyama Somnyama
(Wheeee Ndodakazi)
Nomnyama Somnyama
Njalo uma ngik'buk'ebusweni
Ngibon'uMdali emazulwini
Utshal'imbali esbelethweni
Mbali leyo huwe.
Iyishumi nantathu iminyaka
Ngibuka le Mbali iqhakaza
Ngisabong'uMdali emazulwini,ngale Mbali e huwe.
Njalo qhakaza Mbali emnyama
Ungavumi bas'cish'isbane sakho
Ungalahli nesizotha sakho
Ungakhohlwa nenhlonipho yakho
Ngoba Ndodakazi ,wen'umuhle
Futhi ukhaliphile
Ukuk'khanya konke
Hay' hay' hayi Umhle
Oh yheaa Umuhle
(Somnyama, Nomnyama)
Hayi umuhle
(Somnyama, Nomnyama)
Hayi hayi hayi Umuhle
(Somnyama, Nomnyama)
Ha' Umuhle
Empilweni uzophoxeka
Entlizweni uzomosheka
Abak'thandayo bobaleka
Kodwa mina ngiyokweseka
Ngoba mina ngak'khulekela
Imbali emnyama ngayi klomelwa
Abadala bang'busisa ngale mbali
Ngale mbal'enhle
Hayi Hayi Hayi Hayi Umhle
(Somnyama, Nomnyama)
Futhi ukhaliphile
(Somnyama, Nomnyama)
Hayi nana ukuk'khanya konke
(Somnyama, Nomnyama)
Hayi nana umuhle
Ndodakazi yami umuhle
Futhi ukhaliphile
Yheeyi nana ukuk'khanya konke
Hay'nana umuhle
Umuhle