
uMuntu Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2024
Lyrics
Ngob umntu omnyama , uyok'hleka mawzama
Kodwa mu Winner ,uye kanye ozofunuk' kwisa
Babodwa bazojabula
Babodw' abazokhala
Mabek'bonu phumelela
Bebon' izinto zakho ziklungela
& aklula kulomhlaba sphila noma kunzima
Wonk' umntu impumelelo uyayfisa
Ingakho umuntu omnyama ehlale shizila
Impilo inzima
Wokhumbula ,akukho lula
Wokhumbula ,akukho lula
Kulomhlaba ,bayajabula maw'khala
Bayathula mawhleka , & abanye baya pretender
Kulomhlaba ,bayajabula maw'khala
Bayathula maw'hleka ,& abanye baya pretender
Ngob uMuntu omnyama ,uyok'hleka muzama
Kodwa mu Winner , uye kanye ozofunu kuk'wisa
Ngob uMuntu omnyama ,uyok'hleka muzama
Kodwa mu Winner ,uye kanye ozofunu kuk'wisa
Mangab' uwa , ubovuka
Sonke skhule ngamaphutha
Impilo ayikho lula , ubohlal ukhumbula
Mawzama "muzama"
Wena uzungaphel' amandla
Just keep on trying one day you'll make it
Ngcel' uzungayeki
Kulomhlaba ,bayajabula maw'khala
Bayathula maw'hleka & abanye baya pretender
Kulomhlaba ,bayajabula maw'khala
Bayathula maw'hleka & abanye baya pretender
Ngob uMuntu omnyama ,uyok'hleka muzama
Kodwa mu Winner , uye kanye ozofunu kuk'wisa
Ngob uMuntu omnyama ,uyok'hleka muzama
Kodwa mu Winner, uye kanye ozofunu kuk'wisa