Kuyo'Valwa (feat. Lloystar & Spitt-Fire) Lyrics
- Genre:Amapiano
- Year of Release:2024
Lyrics
Ngamanye Amalanga Sthandwa Nginokuzibuza imibuzo Eminingi Ngawe
Ingabe Ngenze Ntoni Na Ukuba Nomuntu Ofana Nawe
Nawe, Nawe
Sthandwa Wen'Uyi Stove Sam Samalahle
Ai Wena Ngyok'Thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Sthandwa Wen'Uyi Stove Sam Samalahle
Asambe(Ai)
Wa Ngena U Lloystar, Bathini Man
Uthando Lwami, Ngiku Nika Uthando Lwami
Weh Muntu Wami Ngicela Uhlale Ungowami
Weh Sthandwa Sami Ngicela Ube Ngo Wami
Ai Kubo Bonke Soze Abekho Njengawe
Ai Wena Ngyok'Thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Ai Wena Ngyok'Thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Ai Wena Ngyok'Thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Ai Wena Ngyok'Thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Siqalaphansi
Uthando Lwethu Sal'qala Sibancane Sal'thatha, Sal'thatha La Khula Sal'Khulekisa
Ey Nalabantu Basi Thata Kancane Besi Gceka, Besi Hleka, Besi Hlupa, Besi Hlokoloza
Uthando Lwakho Luyangi Londoloza
Loluthando Ngiyali Thokozela
Phela Olwethu Sal'qala Sibancane Sal'thatha La Khula Sal'Khulekisa
Ey Nalabantu Basi Thata Kancane Besi Gceka, Besi Hleka, Besi Hlupa, Besi Hlokoloza
Uthando Lwakho Luyangi Londoloza
Loluthando Ngiyali Thokozela,
Phela Ngizok'thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Wena Ngizoku Nika Uthando Olwak'dala,
Phela Ngizok'thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
Wena Ngizoku Nika Uthando Olwak'dala
Phela Ngizok'thanda Kuyoze Kuyo'Valwa
(Cho)