Emazweni(intro) ft. Phila Da Vocalist Lyrics
- Genre:Electronic
- Year of Release:2024
Lyrics
Helala lala lala lala lala ey
Talala lala lala lala Talala ey
Talala lalala lala ziii
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni haa
Amathunzi amnyama asangzungeza
Angboni ukukhanya umthwalo usungenhla(umthwalo usungenhla baba)
Ngenelelani boKhuboni(zii)
Izimo ezinjena akmele zingfice mina ngingedwa ayboo ngingedwa(mina ngingedwa)
Ngyalishisa ikhandlela neMpepho yenu kodwa ngathi kaniboni(hauu)
Kunamashwa amaningi endleleni shonini kmina kanti ngoneni(ngonenii)
Ngfikile nasemazweni ngyozama impilo ngyovus'umuzi wenu(ishii)
Ningangyekeleli bambisanani ngyenga phesheya
Ningweze mina ningweze mina ningweze mina ningweze lomthwalo wami ke phela usungenhla
Ngkhathele ukuhlupheka kanti anisena Nembeza khanyisani weMathongo kulenyathuko kulenyathuko weMathongo kulenyathuko asiye
Emazweni ngabuthwal'ubunzima mina emazweni(Emazweni haaa)
Emazweni ngabuthwal'ubunzima mina emazweni
Haybo emazweni ngabuthwal'ubunzima mina emazweni
Haybo emazweni ngabuthwal'ubunzima mina emazweni
Ayee emazweni ngabuthwal'ubunzima mina emazweni(Emazweni)
Haybo Emazweni ngabuthwal'ubunzima mina emazweni(haybo Emazweni)
Ohh ohhh
Hayy wo woo
Haaaaa
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le emazweni
Badala vulani nansi ingane yenu iyalwa le Emazweni hayy