
Sengthol' Uthando Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2024
Lyrics
Ungokhethiweyo enhlizweni yami
Nasemaphushweni ami
Isifiso sam'
Aah aahaha
Ngath sengthol' uthando
Nhliziyo yami ayibambeki
Mayibon' usondela
Ngathi ngatshena abakithi
Sengtholile owami
Aah aahaha
Sengthol' uthando
Lendaba yethu ayifun' abaningi
Nabangani sebededile
Ngiyeke konke, ngibheke kuwe
Uthando lwangempela
Oh aah, oh aahaha
Sengthol' uthando
Lendaba yethu ayifun' abaningi
Nabangani sebededile
Ngiyeke konke, ngibheke kuwe
Uthando lwangempela
Oh aah, oh aahaha
Sengthol' uthando
Lwangempela, lweqiniso
Lwangempela, lweqiniso
Oh aah
Lwangempela, lweqiniso
Lwangempela, lweqiniso
Oh aah
Ngiyathembisa uthando lwami ngolwakho
Konk'odinga kimi ngokwakho
Thando, ung'gcin enhlizweni yakho
Inguna phakade
Ubusisiwe emazulwini
Nasi isipho, ugcin' is'thembiso
Thando, ung'gcin enhlizweni yakho
Inguna phakade
Yamukela uthando
Lwangempela, lweqiniso
Lwangempela, lweqiniso
Oh aah
Lwangempela, lweqiniso
Lwangempela, lweqiniso
Oh aah
Sthandwa sam
Mina nawe inguna phakade
Sohlukaniswa ukufa
Nguwe wedwa
Ofezile amazwi akho
Uthando lwethu
Olwangempela, lwangempela
Oh aahaha
Olwangempela, lwangempela
Oh aahaha
Olwangempela, lwangempela
Oh aahaha
Olwangempela, lwangempela
Oh aahaha