Loading...

Download
  • Genre:Hip Hop & Rap
  • Year of Release:2024

Lyrics

Once Again Entertainment

Ayos on the beat



Ey Look

Nkulunkulu nghlale ngkhala inyembezi zgcwel amehl Ami

Nghlale ngthandaza ngath eyam imthandaz ayzwakal

Nghlale ngbiz igama lakho noma ngabe kuba mnyama

Kodw emuhluko awbikhona isimo sjike sfane nje


Isim engkhule ngas ekhaya kze kbenamhlanj asguquki

Lekat ebelxoshw uGog eziko namhlanje lxoshwa yim

Hlampe lezon uJesu azfela ezasekhaya wazshiya

Seng' qala noksol izono zabangasekho zwele kim


Nkos

Mangabe ngyona ngalembuzo ngcel ungvimbe

Ngingakaybuz

Wena kthiw ubon okngabonwayo

Bon isimo sam

Uthel umus umhlab ungakangthathi


Ithemba Ng' ngakalilahl,

Isitha sngakangthwal

Umzimb uhlangene nenyama

Umzal engakahamb emhlaben esahleli nami


Izfiso zam sezqal ukshabalal emehlwen ami,

Amaphuph amahl ebengnawo awasafiki noma nglala

Phendula mangab ungzwile



Nkosi sikhulekela izilingo zingasifici impumelelo ingakafiki

Sesikhuleke kakhulu kulendima kepha imkhuleko yethu ayikaze isikhiphe kulendima

Ngoba sihleli siphila phakathi kwamathemba ngoba impumelelo yethu iza kancane ngathi ikona esikudalelwe

Sithandaza kuguge idolo kodwa lutho ukvela into esiyiyele phansi ngedolo



Makufika iskhathi Nkosi ngicela uzuyimamele

Eyam imthandazo ngcela uzuyiphendule

Ohhw

Yeahw

Liyashona ilanga Nkosi ngicela uzuyimamele

Eyam imthandazo ngcela uzuyiphendule

Ohhw

Yeahw

Ngyashweleza Nkosii




Ngkhanyisa lesban esimhlophe ngsondez inyanya zam,

Ngshweleza kmakhehla nezalkazi knin enphila nami

Ngcela ningkhumbule ze nami ngkhumbul umndeni wami

Nina n'yasaz isim enahamba sbhekene naso,

Nina n'yabaz ubnzima klomnden esbhekene nabo


Nahamba sidl imbuya ngothi manje nithi nfun inkomo

nithi aythengwe ngani

Leyomal ayvele kban


Kanti sekmele scele kban nani masen ngnaphendul

Nina shlupheke nani sduduzana sithi kzodlula

Namhlanje n'ngamadlozi skhanyselen imnyang ayvulwe


Iszukulwane sethu asngayfic inhluphek efice thina

Inyembezi zendlala nezobhlung akube sezphelile

Injabulo yemihl ekhaya kith akuse seyfikil


Ubhlungu seb'phelil,

Ikat eziko selsukile


Ithemba nith al'buye kanjani kngekho nokthembisayo

Dlozi phendula mangab ungzwile



Makufika iskhathi Nkosi ngicela uzuyimamele

Eyam imthandazo ngcela uzuyiphendule

Ohhw

Yeahw

Liyashona ilanga Nkosi ngicela uzuyimamele

Eyam imthandazo ngcela uzuyiphendule

Ohhw

Yeahw

Ngyashweleza Nkosii

+

      -   or   -

      -   or   -

      NG +234
          -You can log in via below methods-
          Reset password via e-mail
          -or-
          Reset password via e-mail
          If you have any questions, please feedback on Boomplay App or send an email to [email protected].

          Please Select A Playlist

          Add New Playlist

          Share on

          Embed: Love & Light EP

          Custom Size :

          • Default
          • Desktop(300*600)
          • Mobile(300*250)

          Type :

          • HTML/HTML5 (WordPress Supported)
          Get Boomplay Premium
          for
          Payment Method
          Pay With
            Review and pay
            Order Date
            Payment Method
            Due Today
            Flutterwave
              Subscription Successful

              Congratulations! You have successfully activated Boomplay 1 Month Premium.

              Now you have access to all the features of Boomplay App.
              Payment Failed

              Please check your balance and then try again.

              You'll lose your subscription if we don't have a working payment method for your account, so please check your payment details.
              Need help? Contact Boomplay Subscription Support.
              Payment Processing...
              10 s

              Payment is being processed by . Please wait while the order is being comfirmed.

              Payment Processing
              Your order is processing, and it may take up to a few days for the service provider to handle your payment. Please kindly stay tuned and check your order status in ‘User Center’.
              About Order Status