Kukude Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2023
Lyrics
Ngithi Kukude la ngisuka khona
Ngithi Kukude la ngibheke khona
Ngithi Kukude la ngisuka khona
Ngithi Kukude la ngibheke khona
Nawe Kukude laph'uzoya khona
Mfowethu nawe dadewethu
Lelophupho lakho ngomculo
Ungabe usalilahl' ithemba sekuzokhaya
Ngiyazi kukude lapho usuka khona
Ingakho ngithi bekezela sekuzolunga
Ngithi Kukude la ngiphuma khona
Ngicel'ungang'buzi
Ngithi Kukude la ngibheke khona
Ngicel'ungang'thusi
Um'uJehova umukhonza ngeqiniso
Yena wethembekile.
Izindlela zakhe zingu yebo.
Ngoba Kukude-Kukude
Ngoba Kukude lapho sibheke khona
Ngithi Kukude la ngiphuma khona
Ngicel'ungang'buzi
Ngithi Kukude la ngibheke khona
Ngicel'ungang'thusi
Kukude song by Geeman