![Ngimtholile ft. Nonny](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/10/01/b470aafd370a4356b7933ce92239435f_464_464.jpg)
Ngimtholile ft. Nonny Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2023
Lyrics
Mama ngimtholile,ngimtholile, uth'uzoyiphatha kahl' inhliziyo yami
Mama ngimtholile, ngimtholile, uthi uzongesula inyembezi zami
Ngoba ng'khalile
Ub'hlungu ngib'zwile
Uth' uzongithoba amanxeba ami
Ngimthandile,khona lentomb' engiybonili zolo ing'thathile
Intomb emhlophe isphalaphala sing'charmile
Ngamcelinombolo zocingo ung'nikile
Aw shwele baba
Ohaaaaaa hahaaaaa
Zaphela zaphela izinkomo esibayeni
Ohaaaaa haaaaaa
Wangena wangen' umakoti emagcekeni
Mama ngimtholile,ngimtholile, uth'uzoyiphatha kahl' inhliziyo yami
Mama ngimtholile, ngimtholile, uthi uzongesula inyembezi zami
Ngoba ng'khalile
Ub'hlungu ngib'zwile
Uth' uzongithoba amanxeba ami
Sithi isintu wathinta abafazi, wathint'imbokodo, wemah!!
Uthi yena nathinta mina nathinta iqanda lakhe
Bese ngilahl' ithemba ngithi uthando intengekho, haaah wemah
Kwafika yena kwashintsha lokho
Ngakhetha yena, izinsizwa zigcwele
Mama ngimtholile,ngimtholile, uth'uzoyiphatha kahl' inhliziyo yami
Mama ngimtholile, ngimtholile, uthi uzongesula inyembezi zami
Ngoba ng'khalile
Ub'hlungu ngib'zwile
Uth' uzongithoba amanxeba ami