Intombi Yebhinca ft. Fokza Joat Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2023
Lyrics
Ye ye ye ye ye ye yeah
Ngavuka ngentomb yebhinca
Masival iscabha uyashikila
Ngavuka ngentombi yebhinca ay ay
Ngavuka ngentomb yebhinca
Masival iscabha uyashikila
Ngavuka ngentombi yebhinca ay ay
Ipigogo iyambiza
Ngavuka ngentomb yebhinca
Masival iscabha uyashikila
Ngavuka nentombi yebhinca ay ay
Ipigogo iyambiza
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Bayamfun abamtholi
Uthanda mina akajoli
Manje bamzela neytori
Bathi ng'nentomb isegoli
Bayasqhath abakhoni
Ngebhinca lam angnamahloni
Dal upakil abalboni
Induk enhle ngigawulile
Isqandamathe ng'khethile
Namaqhikiza avumile
Ngaphesheya kwentaba
Ngine thembalam
Ngyolbona namhlanje
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Sojikel emaweni
Ngimbambele efigen
Khadi lam lasebhenki
Lohlala kuy emabeleni
Seng'babikel ekhweni
Ngyokhumuk ephaketheni
Ensimini ngyangena
Nembewu ngyaytshala
Ngyawavum amacala
Kyophithiz abantwana
Shanelan amabala
Ngyabathum abadala
Ngyamthath umy dali
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Uma ngihamba naye udali
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ubizwa ipigogo
Ngavuka ngentomb yebhinca
Masival iscabha uyashikila
Ngavuka ngentombi yebhinca ay ay
Ipigogo iyambiza