
Indlovu Iyangena Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Lapho siphuma khona kushubile
Izitha azifuni zisibhekile
Azifuni siwine egemini
Sivuka siphande nominini
And mina I don't pay attention to noma yini
I don't force lo music mfana usegazini
Umhlaba ngiyawuhlonipha
Kuningi ngikubonile
Izifundo ngizitholile
Ungibona nje ngipholile
We have to pray for our protection against our enemies
We have to make things happen mfana noma lingaduma emini
(Yeah)
Bona banomona (bonomoma bona)
Abafuni ukusibona siphumelela (siphumelela thina) ×2
Bathi ngiyay' tshela sophumelela ngendlovu iyangena I don't care noma ungangeya ×2 (bathi ngiyay' tshela indovu iyangena)
Musically ngiyabangena
My kicks hit harder than ikaratela
Bazobona ngomopho njenge salakutshelwa
We have to make it some time
Kudala sibekezela
Having a big dream is a must and I know it
I have too many scars that I'm not showing
When you know a lot you don't talk a lot
Haters ain't going nowhere like a parking spot
Bathi life is not a race bangibona ngik' i noss
Vele kudala ngimosha
Bathi ngikhiph' into ene sauce
Bathi impilo I fast njenge Porsche
Kodwa baqinisile ngathi iy' ntwana esikhule nazo zonke zishintshile
Bona banomona (bonomoma bona)
Abafuni ukusibona siphumelela (siphumelela thina) ×2
Bathi ngiyay' tshela sophumelela ngendlovu iyangena I don't care noma ungangeya ×2 (bathi ngiyay' tshela indovu iyangena)