
Ngimtholile ft. Mbali Malimela Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2023
Lyrics
Hhawe
Akusenani sukuma soka lami bakubone
Kusobala ngenkathi ebumba mina umdali wayebone wena ngakhoke
Kukho konke ukuduka kwami kuwe mangizithole
Impela iso linekhono ngokuqoka wena eningini dali ke mangilibonge
Akumpatho kulombhemu kwasemandulo kaze bayibone
Uthando silufukamele kulesi sibaya nguwe inkunzi, uzenzo ziyananela
Yimi isithole
Ngabe nelakho ithemba linjena yini wethu, veza ke silibone
Akubuzwa
Dali wami ngiyamthanda
Ungiphethe kamnandi
Ngimtholile
Umaqondana wami
Dali wami ngiyamthanda
Ungiphethe kamnandi
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile udali
Kazi ngangiyoba yini uma ngabe ngingakubonanga
Ngingahlangananga nawe
Ngangiyoba yini
Owami udali muhle
Futhi unenhlonipho
Hheyi, unesimilo
Ngamkhethelwa ngabakithi ngempela
Abanye bathi udali ungidlise ikorobela
Lapho uthando lwami ngaye luyanyukela
Makukuthi ikorobela sthandwa ngicela ungiphinde
Abanye bathi udali ungidlise ikorobela
Lapho uthando lwami ngaye luyanyukela
Makukuthi ikorobela sthandwa ngicela ungiphinde
Dali wami ngiyamthanda
Ungiphethe kamnandi
Ngimtholile
Umaqondana wami
Dali wami ngiyamthanda
Ungiphethe kamnandi
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile udali
Aw mina ngeke kuphinde ungibone
Ngilandela abantu ngizama umjolo
Uthando udali anginika lona
Lunginqobile
Uthando lwangempela sengilitholile
Ngiyobabonga ngani abazali bakho
Ngokungizalela wena
Ngabe uthando lolu ngiluzwa ngendaba
Ubuhle obungaka bukuwena wedwa sthandwa
Kazi ukube awukho
Ngabe loluthando ngilutholaphi na
Ubuhle obungaka bukuwena wedwa themba lami
Kazi ukube awukho
Ngabe loluthando ngilutholaphi na
Dali wami ngiyamthanda
Ungiphethe kamnandi
Ngimtholile
Umaqondana wami
Dali wami ngiyamthanda
Ungiphethe kamnandi
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile udali
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Umaqondana wami
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile
Ngimtholile udali