Bayeke Lyrics
- Genre:World Music/Folklore
- Year of Release:2023
Lyrics
Yazi lana ekasi kugcwele ondaba
Bazohlala bekhulum' amanga
Nawe maw'zolokh' unakana nabo ma
Lento yami nawe ngeke iyendawo ma
Oh bayeke
Oh bayeke
Oh
Bayeke
Oh bayeke
Oh bayeke
Oh bayeke
Oh
Bayeke
Oh bayeke
Lama langa wena baby ugwele ipolitiki
Aay awubambi umshini
Ungincisha ngisho u'kiss
Sihlala sise mpini
Lay'khaya asiyazi 'peace
Into eb'hlungu angazi ukuthi ikuphi inkinga
Sixabaniswa abo he said, she said
Mina ngiyazi
Abangani bakho
Nabo banesandla
Hehlisa umoya sith' ukhlala phansi
Sixoxisane sibonisane
Siyeke uk'behaviour okwetakalani
Siyeke nalaba abahlezi besigade okwe'paparazzi
Phela ang'thembi muntu masekuza kumuntu wami
Mina ngifun' ukuzibonela wenzani umuntu wami
Ngawe phel' I play for keeps
I play for keeps
Oh you showed me love that I've never seen
I play for keeps
I play for keeps
Baby you the one that I'll ever need
Yazi lana ekasi kugcwele ondaba
Bazohlala bekhulum' amanga
Nawe maw'zolokh' unakana nabo ma
Lento yami nawe ngeke iyendawo ma
Oh bayeke
Oh bayeke
Oh
Bayeke
Oh bayeke
Oh bayeke
Oh bayeke
Oh
Bayeke
Oh bayeke