Loading...

Download
  • Genre:Electronic
  • Year of Release:2022

Lyrics

Ngizo cela omalume mina

Ngifuna ukaba ngowakho

Thatha nayi inhliziyo iphathe kahle

Umaqondana wami

Wena wi soka lami

Umaqondana wami

Wena wi soka lami

Ngizo kwenza indoda emadodeni

Wena ngoba ukhethwe yimina

Bambo lwami

Soka lami

Soka lami bo

Ngathi ngiya bona ekhaya belilizela

Ngathi ngiyabona umama esejabula

Ayi wena

Umaqondana wami

Wena wisoka lami


Yelele yelele yiyiyi yee

Yelele yelele yiyiyi yee

Yihi yihi iyi


Bengi cela usukume

Mkami abantu babone

Ukuthi nami ng'khethe kahle

Nani niyabona lana ngithole umaqondana

Angifuni lutho

Ezosi phazamisa mina no dali

Kuthi ngikhwele entabeni

Ngitshele umhlaba wonke

Ukuthi ngiku thanda kanjani

Ngiku Thanda ngokwe qiniso

Angi soze ngiku khohlise

Ngakuthanda ngisa qala ukuku bona

Uthwele ibhakede ekhanda

Uphuma Emfuleni

Mina ngangi buya ukuyo lusa

Ngaku bona mina ngakushela

Wena wachazeka

Wamamatheka wena wathatheka

Mina sengibonga idlozi lami

Ukuthu wena wangiqoma

Mina nawe siya fanelana

Laze lalihle imama lami

Mjabulisi wenhliziyo yami

Wena ungumnikazi

Wama phupho wami

Noma ngikubheka ngezi

Nxemu wena usase muhle

Ukube ubuhle buya thengwa

Ngabe ngiphelile izikoloto

Mina ngiya funga ngiya gomela

Ngizok' phatha ntofontofo njenge qanda

Kuthi mangi hlanye

Maku dlula izinsuku ngingazange ngubone

Ngivele ng'bone umakoti

Mosu shuqule iduku

Upheka ekhishini ugqoke iphinifa

Ulokhu utshikizisa izinqa

Ugoqoza uphuthu

Kuthi ngiguqe ngamadolo

Ngufake indandatho

Ngivele ngushade

Ngu shade ngu shade

Ngu thande

Ngu thande asambe asambe


Ngizo cela omalume mina

Ngifuna ukaba ngowakho

Thatha nayi inhliziyo iphathe kahle

Umaqondana wami

Wena wi soka lami

Umaqondana wami

Wena wi soka lami

Ngizo kwenza indoda emadodeni

Wena ngoba ukhethwe yimina

Bambo lwami

Soka lami

Soka lami bo

Ngathi ngiya bona ekhaya belilizela

Ngathi ngiyabona umama esejabula

Ayi wena

Umaqondana wami

Wena wisoka lami


Yelele yelele yiyiyi yee

Yelele yelele yiyiyi yee

Yihi yihi iyi

More Lyrics from Mr Double D2 Songs

Similar Songs

+

      -   or   -

      -   or   -

      NG +234
          -You can log in via below methods-
          Reset password via e-mail
          -or-
          Reset password via e-mail
          Feedback on resetting password
          * It may take a longer time

          Please Select A Playlist

          Add New Playlist

          Share on

          Embed: Love & Light EP

          Custom Size :

          • Default
          • Desktop(300*600)
          • Mobile(300*250)

          Type :

          • HTML/HTML5 (WordPress Supported)
          Get Boomplay Premium
          for
          Payment Method
          Pay With
            Review and pay
            Order Date
            Payment Method
            Due Today
            Flutterwave
              Subscription Successful

              Congratulations! You have successfully activated Boomplay 1 Month Premium.

              Now you have access to all the features of Boomplay App.
              Payment Failed

              Please check your balance and then try again.

              You'll lose your subscription if we don't have a working payment method for your account, so please check your payment details.
              Need help? Contact Boomplay Subscription Support.
              Payment Processing...
              10 s

              Payment is being processed by . Please wait while the order is being comfirmed.

              Payment Processing
              Your order is processing, and it may take up to a few days for the service provider to handle your payment. Please kindly stay tuned and check your order status in ‘User Center’.
              About Order Status