![Ngisemathandweni ft. Katleho](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/09/01/e08b8a890e054124b522902fe37d1760_464_464.jpg)
Ngisemathandweni ft. Katleho Lyrics
- Genre:Electronic
- Year of Release:2022
Lyrics
Uma useduze kwami inhliziyo yami inokuthula
Ukukubona kuvele kungenze ngikufune kakhulu
Ubukhona bakho benza umzimba wami uqhaqhazele
Qha qha, qha qha
Qha qha, qha qha
Oh ngisemathandweni manje
Oh ngisemathandweni manje
Oh ngisemathandweni manje
Oh ngisemathandweni manje
Injabulo yako esa kuqala empilweni yami
Ngoba wena usfiso se inhliziyo yam
Injabulo yakho iletha ukumamatheka obusweni bami
Ukumamatheka kwakho ku yanjabulisa
Ohh injabulo yakho babe
Ohh injabulo yakho babe
Ngoba injabulo yakho esa kuqala empilweni yami
Ngoba injabulo yakho esa kuqala empilweni yami
Ngoba injabulo yakho esa kuqala empilweni yami
Ohh injabulo yakho babe