![Ngicikekile](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/06/20/e55365d4dec045d48254aa1d9dc3e189_464_464.jpg)
Ngicikekile Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2018
Lyrics
Ah! Ngithi ng'zam' uk'phusha
Iminyango yonk' ikhiyiwe
Dala ngiwa ngivuka and futhi manje seng'cikekile
Ngithi ng'zam' uk'phanta
Izindlela zonke zvaliwe
Dala ngiwa ngivuka and futhi manje seng'cikekile
Ngithi ng'zam' uk'phusha
Iminyango yonk' ikhiyiwe
Dala ngiwa ngivuka and futhi manje seng'cikekile
Angeke ngyeke uk'phanta
Nami ngizogcina ngifikile
Mengafikanga aksenani ngizohluleka ngizamile
Othi ng'qale ng'Check i-Cost ngigxikize abane-Ghost
Ak'bona bonke abakhuluma kakhulu but its the most
Yalaba bazenza top kanti bagcina ngo-Almost
Yenze kahle nje into yakho, nice 'n neat ungafosi
Othi ng'ngen' emathunen' akini ng'hliphiz' amadlozi
Ngoba ngath alele vele akak'bhekile kulengozi
This is danger kevaar, qaphela ngik'shiya wis'bozi
Gadi Flow ephuma ngamakhala ngishiy umongozi
One two, spy two. Nginikana ngey'bhathu
Ang'senandaba manje ningeza nibathathu
Yizo bru, nangu
Ngingedwa ngi-Crew
I'm tryna do it in a way no one can do
Syeza leso skhathi okwamanje ngyekele
Ngenz' into yami mese ng'Rapper i-Fake ibheke le
Okwamanje ngyahlasela njengo-Shaka neZulu
Nkosi cel' ungiphizulu, ngiphe zulu.
Ah! Ngithi ng'zam' uk'phusha
Iminyango yonk' ikhiyiwe
Dala ngiwa ngivuka and futhi manje seng'cikekile
Ngithi ng'zam' uk'phanta
Izindlela zonke zvaliwe
Dala ngiwa ngivuka and futhi manje seng'cikekile
Ngithi ng'zam' uk'phusha
Iminyango yonk' ikhiyiwe
Dala ngiwa ngivuka and futhi manje seng'cikekile
Angeke ngyeke uk'phanta
Nami ngizogcina ngifikile
Mengafikanga aksenani ngizohluleka ngizamile
Mengase ng'hlale phansi naye ang'tshele kwenzekan
Mdali wami seng'khathele manje ub'nzima ob'ngaka obani
Dala ngiwa ng'vuka and inkinga iskhathi ses'hambile
Ng'fun' ukuth mese ng'gugile, ingane ingalal' ingadlile
Ngibek' ithemba lami kwi-Beat ng'khiphi Skill
Then I let them criticise my Rap its no big deal
Even though it hurts so much, seeing what is real is mostly ignored by the people who are unreal
Bazo-Spend iskhathi e-Pharmacy ng'baphathisa ngenyongo
Bashaya nge-Flow ewusgedlemba engathi ku-Rap uBhongo
Muffin, badla ama-Space qede bathi ba-Dope
Belokhu bezenz' int' ey'lay'thile ng'vele ng'cishi Globe
Bayaganga bazingel' i-Fame nge-Chihuahua
Agijimel' i-Power ashaw' i-Respect bese yawa
I-Style sangempela es'hlukile asikho whack
It seems like mungekho auto tune ay'sashaw' i-Track
Bazo, k'chathel' unganakile
Bak'shiy' ukhamisile
Uthando bel'fikile okweskhashana sel'hambile
Umqond' ugijimile
I-sense ibalekile
I managed to count yo brain cells abalekile
Angithi bung'chuphile
Mina ngikati el'sile
Ang'didiswa ubisi nenyama mung'nikile
Make sure uthandazile
I-Skill sakho as'file
Before uzong'chomela ngales'gisi esingasile
Nigijima k'Fast lane ang'hluphi ng'bheka le
Yaz ang'fune k'bona car crash eb'hlungu njenga le
Umunt' ayek' uk'ncenga ngey'nyawo ahambe ngesphongo
Lemme spice up some few things ngiza ney'nongo
Nami dala ngiwa ng'vuka nakanjan ngisuka phansi
Mese elokh' echoma ngobumnandi ng'shay' umshosha phansi
Ngoba ngyaz' nami ukuthi esam' iskhathi sazofika
Wonke lama-Fake anabo Connection sowagciba