
Amanxeba (Radio Edit) ft. Pitso97 Lyrics
- Genre:Others
- Year of Release:2023
Lyrics
Wathi sizohlangane mlanjeni.
Aye.
Awu ngalinda ngalinda ngalinda.
Aye.
Awu ngisola abangani bakho.
Aye.
Ibo abakutshelamanga ngami.
Aye.
Amanxeba wakho lawo, Uzoyipholisa.3×
Ngisemfuleni wozokhamanzi.
Ngobimali ayiluthezi olumanzi.
Wangilindisumlibe, Ngobilanga lide.2×
Awunkomo kazikho ekhaya, ngyolobola ngani.2×
Wathi sizohlangane mlanjeni.
Aye.
Awu ngalinda ngalinda ngalinda.
Aye.
Awungisola abangani bakho.
Aye.
Ibo abakutshelamanga ngami.
Aye.
Amanxena wakho lawo, Uzozipholisa.3×
Ongafona kwaphelisineke.
Ngathumela abantu ukuthi bakubheke.
Wenudlala kabi mawudlala kanje.
Udlala ngemizwa yami.
Wenudlala kabi mawudlala kanje.
Udlala ngemizwa yami.
Ngithi kuyokuqoqa ukuhlwa.
Umhlaba mase ukujikele.
Hamba juba bayokuchutha phambili.
Ngoba vele besekonakele.
Kwakungamele dali.
Ungifihlele dali.
Maseluphelile uthando.
Kwakungamele dali.
Ungifihlele dali.
Maseluphelile uthando.
Wathi sizohlangane mlanjeni.
Aye.
Awu ngalinda ngalinda ngalinda.
Aye.
Awu ngisola abangani bakho.
Aye.
Ibo abakutshelamanga ngami.
Aye.
Amanxeba wakho lawo, Uzipholisa.3×